EASY AND YUMMY

ADVERTISEMENT

Ingredients:
6cups all purpose flour
1 sachet instant yeast
1 teaspoon baking powder
2 spoons fish spice
2cup chopped spinach
1cup grated carrots
3spoons margarine
Warm water(angiwakalanga)

Method:
Hlanganisa zonke izithako uzobe,bese ubeka elangeni or endaweni efudumele until it’s double in size. Phinda futhi uwushonise phansi u flour wakho uwubeka cishe 45mins.gcobisa ama cups akho nge margarine or ngamafutha,thela inhlama yakho kuma cups lawo kodwa ingagcwali ukwenzela ukuthi kukhukhumale kahle.thela amanzi abilayo ebhodweni bese ufaka amacups akho lawo kubile,emva kwe hour uzobe sewuright ujeqe wakho

Roast chicken ingredients:
1kg mixed portion
1cup mayonnaise
2spoons paprika
3spoons six gun spice
Few dashes soy sauce

Method:
Hlanganisa ndawonye mayonnaise,paprika,six gun spice and soy sauce ugofuze,uma sekuhlangene kahle thela kwi chicken yakho and marinate,faka e fridgen for 4 hour(overnight is perfect)shisisa oven wakho 180 bese ufaka inyama yakho for 45 mins to an hour or until your chicken is nice and tender.

Source: Cebisile Majola

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *